La sinezingxaki zentsha, ikakhulu lena ekhuliswa ngogogo. Ulwazi, umlando nenqubo yoluntu ichilizelwa eceleni yintsha ebona ukuthi yona yazi kangcono, ifunde kangcono futhi ihlakaniphile kunabantu abadala. Le ndlela yokwenza izinto ibabela ubulelesi nobuhlongandlebe ezinganeni UMzondeki Zulu nomfowabo zingane zentombazane ezihlala nogogo eMadadeni. AbakwaZulu sebevumelene njengomndeni okholwayo ngokuthi izingane ezingabazi oyise mazigcine ngoMzo-ndeki nabakwabo. Nangoke uMzondeki ekhulelisa uSunshine kanti usezoboshwa ngecala lokubulala uShayinduku. Bawotha ubomvu abakwaZulu Bonke ngazwilinye bathi uMzondeki makamshade uSunshine.
Dr Jabulani C. Buthelezi
A Distinguished Member of the International Society of Poets (USA).